Jump to content

Inkankane

Kubuya ku Wikipedia
Bostrychia hagedash

Inkankane (Igama lesiNgisi: Hadeda, Igama lesayensi: Bostrychia hagedash) yinyoni ekhulu yase-Afrika. Lenyoni yidume eNingizimu Afrika lapho ithe chithi saka khona ngoba izwi layona lihlukile.

Incazelo

[hlela | Hlela umthombo]

Amankankane wahlala phezulu kwezihlahla, ngesibonelo emapaki maduze namadolobha. Lezi zinyoni zivame ukudle izinambusane nezicabucabu futhi izimpethu neminenke.

Kuthiwa yinyoni yenhlanhla kodwa kuthiwa futhi abantu akufanele bayihlekise ukugcina inhlanhla.[1] Abantu bakholwa ukuthi amankankane avame ukundiza phezulu komhlaba wabo wokulima kuzoba umvuno okhulu khona. Abanye abantu bakholwa ukuthi emva kwesikhathi bazwa izwi lamankankane kuzoba imvula khona.[2]

Imithombo

[hlela | Hlela umthombo]
  1. ↑ Guy, Duncan (2022-09-02). "Be careful what you say about hadedas". IOL (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-09-19. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  2. ↑ tanya_admin (2020-02-20). "Africa's Notorious Alarm Clock. The Hadeda". Isilimela Lodge (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-09-19.