Mageba kaGumede
Ummomo
| Mageba kaGumede | |
|---|---|
| Isikhathi | 1727-1745 |
| Ukuzalwa | ngoMasingane 1, 1667 |
| Abantwana |
1 including:
|
| Royal House | Zulu |
Mageba Sphathiswa kaGumede (c. 1667 – c. 1745) wayeyinkosi yezizwe sama Zulu kusukela ngonyaka wama-1727 kuyakyama-1745. Umfowabo kaMageba kwabe kungu Phunga bobabili babezalwa nguGumede. UMageba wabe enamadodana amabili okwabe kunguNdaba kanye Sphathiswa kaMpangazitha. UMpangazitha akazange aba yinkosi, washada nomzala wakhe kubo lobu budlelwano yilappho kwaqhamuka khona izibongo zakwaMbatha nesakwaMageza.
| Amakhosi akwaZulu | ||
| Umanduleli- : Phunga |
Isikhathi 1727–1745 |
Umelami- : Ndaba |