Ingobe
Ummomo
(Redirected from Ikati)
| Ingobe Temporal range: Template:Geological range | |
|---|---|
Izinhlobo ezihlukene zamangobe | |
Esifuywayo | |
| Scientific classification | |
| Species: | Template:Taxonomy/FelisF. catus |
| Binomial name | |
| Template:Taxonomy/FelisFelis catus Linnaeus, 1758 | |
| Synonyms | |
Ingobe (Felis catus), liyisilwane esincane esincelisayo esidla inyama futhi esifuywayo.Liyilungu lomndeni weFelidae,umndeni wezilwane ezincelisayo ezikwi-oda iCarnivaro ezivame ukubizwa ngokuthi amakati.Njesilwane esidla inyama, esidinga ukudla okusekelwe kakhulu enyameni, sinozipho oluhoshekayo olulungele ukubulala izilwane ezincane ezifana namagundane. Unomzimba oqinile, ovumelana nezimo, amakhono asheshayo kakhulu, amazinyo abukhali, futhi ukubona kwayo ebusuku kanye nokuhogela kunamandla kakhulu. Liyisilwane esihlala nabantu , kodwa lizingela lodwa futhi liyisilwane esizingelayo kakhulu ekuhlweni nasekuseni. Ukukhulumisana kwamakati kuhlanganisa ukukhala, ukubhongobhongolo, ukuklabalaza, ukuhewula, ukubhonga, kanye ulimi lomzimba.
- ↑ Erxleben, J. C. P. (1777). "Felis Catus domesticus". Systema regni animalis per classes, ordines, genera, species, varietates cvm synonymia et historia animalivm. Classis I. Mammalia. Lipsiae: Weygandt. pp. 520–521.